Isibunge samathwasa sisetshenziswa ogobela ukuthola ukuthola amathwasa amaningi, ukwelapha kwande. Izangoma ziyafika impela zizofuna lesibunge samathwasa
Isibunge senhlanhla lapho uhamba khona izinto zakho ziyacaca noma ngabe uhamba ama interviews noma ngabe uhamba ama casino uyagembula, asikho specific for ukugembula noma entweni eyodwa kodwa inhlahla nje emuntwini.
Isibunge semali ngingathi uhlanga lwemali noma yinto edonsa imali iyidonsele kuwena kodwa ungenalo ibusiness. Yimithi lena eyenza imali ikuthande. Ubiza imali ngalemithi.
Isibunge esinamandla ubona ngakho ukuthi sikusebenzele sikulethele izinto ozidingayo.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.